Welcome! Siyanamukela ekhaya lethu elisha njenge-The Zulu Congregational Church.
- thezcc
- Oct 4, 2023
- 1 min read
Niyangifuna ningifumane, lapho ningifunisisa ngenhliziyo yenu yonke - Jeremiya 29, verse 13
For the first time ever in the history of our organisation, siyaqala ukuba ne-Website ehambisana ne-Blog yakhona. Ngakhoke, siyanamukela.
Inhloso yalomsebenzi ukuvezela izwe lonke kanye nanoma imuphi umuntu othanda ukwazi kabanzi ngebandla lethu. We pride ourselves in the work we have been doing for many years now and are more than willing to share our stories, events, teachings, etc. with you all.
Keep an eye for upcoming blog posts, events, and overall changes and updates to our website and blog. Ungakhohlwa futhi ukuvakashela izinkundla zethu zokuxhumana njenge-Facebook kanye ne-Instagram.
INkosi Yethu ibe nani nonke.
Amen.
Comments